izulu
ukuvimba izulu ziningi izindlela zokuvimba izulu abantu benza ngezindlela eziningi
ungaze ukhiphe R20 000 ubethelele ukuthi izulu lingangeni ekhaya lapha sizokuchazela ngezindlela ezilula zokuvika izulu.
izindlela zokuvika izulu:
- Lightning rod yindlela elula efakwa ngabelungu eyenza uma izulu lithi liyashaya ilidonsela phansi emhlabathini lento
ilifake ngaphansi komhlabathi, itestiwe ngocwepheshe lento, incono kunezinyanga ongazazi noma ziyasebenza noma cha.
- Umuthi wokubethelela izulu, angeke ngisho ukuthi uyasebenza noma cha lomuthi, ngisho ngoba kukaningi abantu bebethelela
izinto, uthole ukuthi umuntu uhlushwa izilwane, kubethelwe kodwa umahluko ungabi khona, umbuzo ke uthi ungakuhlola kanjani
ukubethelela izulu ukuthi isangoma sakho sifake umuthi ozosebenza yini?
- Faka ithayi endlini phezulu, amathayi lawa afakwa ezindlini axosha izulu
- Amanzi olwandle, uwafaka ezigujini ezincane eziwo 2 litre uwenze azungeze umuzi wonke, akukho silwane sangena , izulu angeke lingene
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Izincazelo zemithi